Galleries

NAWE MANDLAKAZI AWUMNCINYANE!!

Nina bengqongangqonga iyazibanga izilililo iyazibanga izinyembezi.. Nawe Mandlakazi awumncinyane!! Silokhu sikhuphuke ngawo lowoshuni wentuthuko, asisenantanga impelake manje futhi asisami sesifelwe amabhuleki lesisitimela sika Mhlonishwa Mayor Rev T. D Buthelezi. Mandlakazi Water Treatment Works. Le project izohlomulisa Nongoma wards 1-8. Iphinde KwaHlabisa ngaphansi ko Mkhanyakude bazothola 1 million litres a week from this plant. Halala Zululand.

UMLAYEZO WOKUGUBHA USUKU LWENTSHA

Lolusuku lo mhlaka 16 June lukhulu ezinhliziyweni zabantu base Ningizimu Africa ngoba luyusuku lwesikhumbuzo lapha sisuka khona ngezikhathi zobumnyama kulelizwe. Kodwa Uma uzokhuluma ngalo ungakhulumi ngentsha ufana nomuntu osuzela emanzini ngoba umsuka nengqikithi yalo isentsheni yalelizwe eyalwa ilwela ukuba izimpilo zabantu ikakhulukazi abasha balelizwe ibengcono. Nathi siwumkhandlu waseZululand District Municipality siyafisa ukuba lolusuku singalugubhi nje …

UMLAYEZO WOKUGUBHA USUKU LWENTSHA Read More »